We do not have a sample of this song ):

Mlindo The Vocalist's picture

Usbahle

(View album: Emakhaya)



40% accurate

(Verse 1)
Uxolo Bafethu Mina Ng'khetha Lomntwano Ngale
Ufike Ngasekhay' Izolo Ng'cabang' Ukuthi Behamba NoSbahle
Kwaphela Imali KA Mjitha iyhoo
Wahlanyu MJith' Ehlel' Ekhoneni (yhoo whoh wo)

Uxolo Ntombazane Ibizwa Ngantoni Na Lent' Oyenzayo
Hlanya Majith' E Clubini
K'phel' Imali Yam K'phele NekaBafo
"Wena Uzolala Nami"

Angek' Phuz' Mali Yam'
Bes'Ungshiya Kanjalo
Ubesubatshele Ngithe
"Abangan Bakho Angek' Bahambe"

Kahle Kahle Mina Sis' Wam
K'shuth Ng'nenhliziywe Ncane
Ang'zwan' Nomuntu Ongbangel' Ushukela Sbali

Ugcine Lahlekile Kanjalo uSbahle
Ube Groov'a Kuze Kus' USbahle
Phela Ubekhokha Ngabo Bona Lobuhle

Ubuso, Inyawo, Umzimba
Ngyakutshela Sbali Konke Kuhle
Bebemphuzisa Bavele Babesebamudle
Namhlanje Askhali

Lomjith' Obehambe Naye Ummithisile Mfet' USbahle
Bath' Mengafun' Ukukhipha Isisu Akahambe
Phela Ubewudayisa Umzimba Wakhe Usis'USbahle
Manje LoMjith' Yena Akafune Ngane

Khulum' Qiniso Mft Siyamkhumbula Thin'uSbahle
Amavosho I-Walk ye phara Bekubuzwa Kuye
Nami Ngzamile mft Nami Ukumkhuza USbahle
Ngib' Nguban' Kodwa Mina Ngoba Vele Angfundile
Ubengasikhulumisi Phela Thina mft USbahle
Ngoba Uyaz' As'sebenzi K'shuth Angeke Simphuzise
Namhlanje Uyaz'sola

Ukhumbula Ngenkathi Bemthatha e-Clubini bamtshela Bathi
"Wena Uzolala Nami"
Uvuma Kanjan' Uk'hamba Nomuntu Ongamaz' Ek'tshela Cash
"Wena Uzolala Nami"
Nan' Mantombazane Anizihloniphi
"Wena Uzolala Nami"

Get this song on
iTunes

Get this song on
Google Music

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..