(Verse 1: Azana)
Ngiyehla ngiyenyuka angimuthol’ umaqondana
Izinsuku ziyedlula angisithol’ isithandwa sami
Bayabusa abalutholile uthando, abathi sofa silahlane
Bayabusa abalutholile uthando, abathi nal’ubambo lwami
(Chorus: Azana)
Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
Angimuthol’umaqondana
Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
Angimuthol’umaqondana
(Mid-Chorus: Azana)
Kuvele kube mnyama, meseâŸkusekuzokhanya
NomaâŸkusesemnyama,âŸngiyethemmba kuzokhanya
Kuvele kubeâŸmnyama, mese kusekuzokhanya
NomaâŸkusesemnyama, ngiyethemmba kuzokhanya
(Chorus: Azana)
Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
Angimuthol’umaqondana
Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
Angimuthol’umaqondana
Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
Angimuthol’umaqondana
Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
Angimuthol’umaqondana
(Verse 2: Sino)
Andifumani usofasilahlane wani (sofa silahlane wani)
Andisfumani is’thandwa senhliziyo yami (inhliziyo yam yam)
Kaz’ba uphi yena, yen’ozofunisana name
Kaz’bushonephi naye na ozohlekisana nam'
Oh nam' ndithini weh
(Pre-Chorus: Azana)
Kuvele kube mnyama, mese kusekuzokhanya
Noma kusesemnyama, ngiyethemmba kuzokhanya
Kuvele kube mnyama, mese kusekuzokhanya
Noma kusesemnyama, ngiyethemmba kuzokhanya
(Chorus: Azana)
Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
Angimuthol’umaqondana
Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
Angimuthol’umaqondana
Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
Angimuthol’umaqondana
Ngithi ngishona ngala ngithi ngishona ngale
Angimuthol’umaqondana
(Outro: Azana)
Maqondana wam ushonephi nah? Ayy
Maqondana wam ushonephi nah? Ayy
Maqondana wam ushonephi nah? Ayy
Maqondana wam ushonephi nah? Ayy