We do not have a sample of this song ):

Mnqobi Yazo's picture

Swell

(View album: Ubhoko)

A Major (Ionian)

number of views for this lyric  1766 views

play button



40% accurate

Maye yeh ye ye ye
Maye Maye Maye
Maye Maye Maye
Shey

Mina ngicela uxolo kuwe mnganwami
Noma kade ngingafuthi ukulwa nawe
Mina ngicela uxolo kuwe mnganwami
Xolaaah
Shwele Shwele Shwele
Shwele Shwele Shwele (Ngicela ushwele impi yomlomo ayilunge nawo)
Shwele Shwele Shwele
Shwele Shwele Shwele (Ngicela ushwele impi yomlomo ayilunge nawo)

Ngiyazi Sizinsizwa nawe singalwa kuse emnyango
Nqindini ungihlule mhlampe bese kuqubuka igqubu lemnyaka
Mayidinga imbuzi mhlampe asiyibambe kusampondo zankomo
Kungaze kuphehleke udweshu size sigcine silolelane imkhonto
Uma ingxabano zingingi ngiyakhathazeka
Ungangibambeli inhliziyo impela ubongixolela
Sono sami ngyasazi siyangicindezela
Madolo wami awekhehla manje ayavevezela

Lencwadi engiyibhalayo impela ngiya ngokuyiphetha
Inkinga iyodwa vo ngisaba ukuyithumela
Ngizwile ngadlebenye kuthiwa awufuni nokungibheka
Khuthiwa lasiyohlangana khona ngisho notshani buyophela
Wena uwumfowethu, wena uyingane yakwethu
Ngane kababa, ngane kababa, ngane kababa

Get this song on
iTunes

Get this song on
Google Music

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..