Mina ngiyaziqhenya ngawe s'thandwa sami
Nabantu ngiyabatshela ukuthi ngingowakho
Kodwa wena s'thandwa sam'
Awuziqhenyi ngam'
Awungitshele s'thandwa sam'
Unamahloni yini na?
I would like to hear you say it
I would like to hear you say it
I would like to hear you say it
I would like to hear you say it
'Ma sinabany' abantu
Bayababaza
Bakhuluma ngathi
Bayasincoma
Oh kodwa wena s'thandwa uvel' ung'qede amandla
Uyangidubaza
Ingab' usangithanda yini na?
I just wanna hear you say it
I would like to hear you say it
I would like to hear you say it
I would like to hear you say it
Ngikunik' uthando lwami nenhliziyo yami
Lonk' ithemba lami nesikhathi sam'
Kodwa wena s'thandwa uvel' ung'shiye ngingedwa
Yini kodwa s'thandwa
Awufun' ukuba nami? Oh
I just wanna hear you say it...