Hhoyi ooh ayo weeh
Hhoyawe yawe yawn
Hhololo
Ziningi izimpi engazilwa zangihlula akusenanda
Izitha nazo zingibheke emehlweni zifuna indaba
Njengoba ngihlulekile uzuzeni wenondaba
Ngempela ngiyabuza
Ziningi izimpi engazilwa zangihula akusenanda
Izitha nazo zingibheke emehlweni zifuna indaba
Njengoba ngihlulekile uzuzeni wenondaba
Njengoba ngihlulekile uzuzeni wenondaba
(Njengoba siphila nje, ilemkhuleko ilemkhuleko ngoba siyaphila nje)
Mama uyathandaza, Mama uyakhuleka njalo
Yilemkhuleko bona siphila nje
Nezingelosi ezingamathongo akithi
Kube kuya ngokwasemhlabeni
Awu ngabe asiphili ngabe kudala sashona
Bonga mangabe usaphila manje
Bonga mangabe usadla anhlamvana
Awu ngoba ikusasa alaziwa kulezisuku zamanje
Ngoba ikusasa alaziwa weeh
Lezo zitha enginazo emhlabeni
Kanye nalezo engigankaze ngazibona
Ngicela uziphebezele emakudeni
Angifuni nokuzibona zilunge zisemakudeni
Baba baba this somandla
Veza ubukhulu bake kulezinsuku ezimnyama
Kutheni ubungasho mangabe kumele ngibekezele
Kutheni ubungasho mangabe kumele ngibekezele