Yeah Yeah Yeah
Aw' beng'zocel' ung'thembise ma
Ng'cel' ung'thembise ma
Ukuthi noma 'nzima wena
Ngek' ung'thengise ma
Angek' ung'thengise ma
Oh
(x2)
Wena uyithemba lami
'Mfihlo zami zonke zaziwa nguwe
Ngish' i'nhlelo zami
Themba lami
Zonke zaziwa nguwe
(x2)
Ang'fun' ukuzwa k'thiw' uphuz' itiye ngam'
Okwe F.M. wen' usakaza i'ndaba zam'
'Ma wenza njalo ujabulis' izitha zam'
Ngik'tshel' impela themba lami lapho ulwa nam'