Kuthiwa abantu bahlangana kodwa izintaba azihlangani
Uma ngingadukelwa uwena kodwa zingahlangana
Kuthiwa abantu bahlangana kodwa izintaba azihlangani
Uma ngingadukelwa uwena kodwa zingahlangana
Zintaba ziyohlangana ngaleyamini
Zintaba ziyohlangana ngaleyamini
Zintaba ziyohlangana ngaleyamini
Zintaba ziyohlangana ngaleyamini
Noma kukude kangakanani akukho langingfiki khona
Noma kukude kangakanani akukho langingfiki khona
Kulezifiso enginazo angikaze ngazibona ngimohlwa
Uthando lwami luningi angazi yini ndaba wena ungangikholwa
Ma number one is you
Ngikufuna eceleni kwami angilali ebusuku
Ngithanda wena wedwa I promise you
Uthando lwami alutolikwa isiZulu
Noma ngilala ebsuku
Ngicabanga wena we-my boo
Ngicela ukungabi nesizungu
Ngicela ukuba nawe we-my boo
Romeo and Juliet
Mina sengijule kakulu, why ungaka Juli yet
We that number one song perfect duet
Intombi yami inhale kakhulu iwuju wethu
Ngikulambele
Ufika nini ntombi ngik'lindele
Engathi kungaphela izinsuku ey'mbili ezintathu isinqwamene
Lezontaba zilokhu zikuvimbezele
Izintaba zakho Jehovah ngyazidiliza uzungixolele