Thixo usathane uhleli emahlombe ami
Akukho lula akukho
Nyembezi zami nazo ziphelela phansi
Akekho ongazisula akekho ongazisula
Thixo usathane uhleli emahlombe ami
Akukho lula akukho
Nyembezi zami nazo ziphelela phansi
Akekho ongazisula akekho ongazisula
Ooh mthwalo wami uyangisinda (ngicela ningithwaliseni)
mthwalo wami uyangisinda (ngicela ningithwaliseni)
Joka lami uyangisinda (ngicela ningithwaliseni)
Mmh nkosi ngiphungulele nawu umthwalo wami
Kuyasinda kuyehlela endlelni yami
Kudalal ngilwa lempi ngilamulele manje mmh ye ye
Nami ngidinga uthando lwakho nkosi yami
Wena iphiko lakho lifihla abanjani
Kanti mina angisiye yani umtwana wakho yey yeeeh
Zinyawo zami zikhathele manje
Langime khona kuyashisa manje
Ngiloku ngihleli emkhulekweni
Nyembezi zami zikude zithatha ukugqiba
Ubunsizwa bami ngibulahle kude lena
Awu ngoba lelijoka lahlula inkunzi esayihlaba sayisika amalunda nje
Mina ngilwa Izimpi eziningi nje
Engazi nokuthi zaqhathwa ubani
Wangibekela ameva wathi amgigjime
Engabe ngyithothwa ubani
Zinyawo sami zikhathele manje
Langime khona kuyashisa manje
Ngiloku ngihleli emkhulekweni