Themba lami lokuphila ngiyacela weeh
Themba lami lokuphila ngiyacela weeh
Ungakulinge ufike ngokuxabanisa ekhaya
Ungakulinge ufike ngokuxabanisa ekhaya
Wena ib'icilongo elihle
Icilongo elihle ntombi
ib' icilongo elihle
Icilongo elihle ekhaya ub'umzwilile
ib' icilongo elihle
Icilongo elihle ekhaya ub'umzwilile
Mhlampe kwezothando mina angimuhle kahle, ngakha umuzi kuphela
Maybe ubuciko balo angibazi kahle kodwa ukwakha umuzi ngiyakwazi
Ngiding'inhlonipho unthando ngiyolubona ngelinye ilanga
Ngidinga isimilo kuwe ntombi okunye ngiyokubona ngelinye ilanga
Abanye bathi ngiyofa la ufa khona
Abanye bathi ngigcwele ngawe bechitha umuzi
Ubuhle abusho litho nekhiwane elihle liyagcwala izibungu
Lomuzi wakithi osusele emaqeleni asiwakhe ntombi yeyiiih
Okuningi lokubona manje okungakalungi kubheke mina
Yeyi yeye
(Ib'icilongo cilongo elihle) wena uyazi ungaba icilongo elihle Ntombi
(Ib'icilongo cilongo elihle)
(Ib'icilongo cilongo elihle) awu wena ntombi iba umzwilili
(Ib'icilongo cilongo elihle)