We do not have a sample of this song ):

Mnqobi Yazo's picture

IQhude (feat. Olefied Khetha)

(View album: Ubhoko)

A Major (Ionian)

number of views for this lyric  1866 views

play button



40% accurate

Ukukhala kweqhude
Kuchaz'ukuthi muscle emnyango
Nawe qoq'okwakho
Nawe qoq'okwakho
Ngithi vuk'uyosebenza ndoda
Vuk'uyosebenza ndoda
Ngob'imbila yaswela umsila ngokuyalezela
Ngithi vuk'uyosebenza ndoda
Vuk'uyosebenza ndoda
Ngob'imbila yaswela umsila ngokuyalezela

Laphuma khona, kukhona abathakathi
Labo bantu ngizobathini ngoba abangakithi, angithi nami ngiyilunga lomphakathi
Mhlawumbe khona abasola mina nami ngisola bona so ngingacashaphi
Zintaba zakithi
Oh zakithi impela izona ezinginika amandla
Ah ngikutshela indaba mina angikakhathali
Ngizokhathala mhla ngagenethuneni ekugcineni komhlaba
Shemm shemm shemm shemm!
Hey int'engihlupha ngayo ukuthi mina ngyazikholelwa
BaSotho bari mmona wafonela
Ei asikho iskhathi sokuhluleka
Ngapha siyaphambili angithi sifuna lemphemelelo

Olefied
Ngeke lishone belambile ekhaya
Nagoya kusa impuphu ingasekho abantwana belambile shuthi kuzomele siyophanta
Eyi bathi indoda indoda ngemijuluko yayo nawe kumele uzame ukugadlaleli ubala
Kwaze kwabukhuni uk'ba mdala ngoba kubhekwe mina ekhaya ngabe sengifonela ubaba
Ngabe sengikhale kakulu kubazali
Yazi ngizwe kuma inhliziyo ngiphelelwa umoya
Uma ngicabanga ukuthi akuphantekanga kodwa ekhaya ngizofika bekhona
Hheyi yazı ngizwa kuma inhliziho ngiphelelwa umoya
Uma ngicabanga ukuthi akuphantekanga kodwa ekhaya ngizofika bekhona

Get this song on
iTunes

Get this song on
Google Music

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..