Izwe bafethu
Izwe Bafethu
Elifunekayo
Kudala bafethu
Kudala bafethu
Sifunana nalo
Kwenzeka kanjani
Ukuthi um'ntu omnyama
Azalwe enganalutho
Awu ngeke bafethu
Ngeke bafethu
Ayikho int' enjalo
Ngithi mama kaMarikana
Mama kaMarikana
UMarikana
ubhem' insang'
Emva kwendlu
Awu ngabe kuya ngami mama
Ngabe ngibhema naye
Ngithi mama kaMarikana
Mama ka Marikana
UMarikana
ubhema insang'
Emva kwendlu
Awu ngabe kuya ngami mama woh
Ngabe ngibhema naye
Ngabe ngibhema naye
Khona ngizokwazi ukukhohlwa
Amanyala
Engiwabona everyday
Khona ngizokwazi ukukhohlwa
Amanyala
Engiwabona everyday
Ngizothi baby azishe (zishe)
Azishe (zishe)
Zishela abazibhemayo
Ngizothi baby azishe (zishe)
Azishe (zishe)
Zishela abazibhemayo
Zishela abazibhemayo
Ngizothi baby azishe (zishe)
Azishe (zishe)
Zishela abazibhemayo
Ngizothi baby azishe (zishe)
Azishe (zishe)
Zishele abazibhemayo zishele abazibhemayo
Ngoba izwe izwe izwe izwe izwe izwe
Labokhokho
Ngoba izwe izwe izwe izwe izwe izwe
Labokhokho
(Weh weh weh)
Kudala sifukuza
Awu...tholakali umhlaba Woh
(Weh weh weh)
Kudala sifukuza
Awu...tholakali umhlaba Woh
(Weh Weh Weh)
Kudala sifukuza
Awu...tholakali umhlaba (Woh)
(Weh Weh Weh)
Kudala sifukuza
Awu...tholakali umhlaba Woh
Awu...tholakali umhlaba Woh
Awu...tholakali umhlaba Woh
Awu...tholakali umhlaba Woh
Awu...tholakali umhlaba Woh