We do not have a sample of this song ):

Blaq Diamond's picture

Amehlo

(View album: Umuthi)

A Major (Ionian)

number of views for this lyric  3048 views

play button



40% accurate

(Intro)
Aw noma bengathini
Wena ungowami
Oh indizamshini
Aw ng'zok'thengela
Aw ng'zok'thengela ibhanoyi
Aw ng'zok'thengela ibhanoyi
Waa ah...

(Chorus)
Aw ng'zok'thengela ibhanoyi
(My Love)
Aw ng'zok'thengela ibhanoyi
(My Love)
Aw ng'zok'thengela ibhanoyi
(My Love)
Aw ng'zok'thengela ibhanoyi
(My Love)

(Verse 1: Ndu Browns)
Aw noma bengathini ke
Wena ungowami ke
Nabaphasi sebevumile
Aw ngithi sekulotshiwe
Ikhanda l'vele l'dume
Um'ungekho eduze
I-smile sami saziwa nguwe
We-sweetheart my love weh
Aw sebezamile baningi bethi sohlukana kodwa lento ayenzeki
Aw bathi u-babe ungidlisile kanti abazi ukuthi mina ngisemathandweni

(Bridge)
Oh indizamshini (oh indizamshini babe)
Aw Ng'zok'thengela (aw ng'zok'thengela sthandwa sami)

(Verse 2: Danya)
Ufike empilweni yami wena ibheda ibhemile
Izinto sezincono umalambane uvukile
K'shuthi uk'thanda wena dali into ebidaliwe
Ng'yok'thanda ng'yoze ng'ngene egalile
Inhliziyo ishayakancane
Mangizw'iphimbo lakho
Sthandwa ang'khathali
Ng'yohlala ngingowakho

(Outro)
Aw noma bengathini, wena ungowami
(My Love)
Aw noma bengathini, wena ungowami
(My Love)
Oh indizamshini (My Love)
Ah ng'zok'thengela (My Love).

Get this song on
iTunes

Get this song on
Google Music

Youtube
Soundcloud
Share what this song means to you..